Lempilo esiphila namhlanje - Durban

Wednesday, 18 March 2026
No photo

Item details

City: Durban, KwaZulu-Natal

Contacts

Contact name Iyadida lempilo ifuna kodwa injabulo nje.

Item description

Good Afternooon /Sanibonani

We Bosisi asebe khulile njengami, abashadelwe niyayibona kodwa lempilo yanamhlanje?

Yazi ifuna kube sengathi ungaba nestraight sakho outside your marriage...

Angazi noma ngiyezwakala yini...idinga nje lomuntu ozoba owakho wedwa kodwa ube unomuntu wakho nobabili nibe kuleso simo.

Angazi ngingachaza kanjani kodwa lento ifuna nje umuntu enizozwana naye nibe abangani nibe samfazi nendoda same time...same time nisizane financial same time ni understandane nibe abangani...

Ilento efunwa ilempilo nibe sa business partners same time.